• Stars
    star
    2
  • Language
  • Created about 9 years ago
  • Updated about 9 years ago

Reviews

There are no reviews yet. Be the first to send feedback to the community and the maintainers!

Repository Details

BOIGRAPHY ABOUT MTHOBISI DUMA "RealMthobisi" ungu "Mthobisi Duma" amagamakhe okuzalwa. "UMthobisi Duma" ungimfana osemncane osanekusasa eliqhakazile. "UMthobisi wazala nge "1997" Ku "July" mhlazingama "25". Wazalela esibhedlela "EXopo" (Inkosi Albet Luthuli Hospital) ezalwa ngu "Lungisile Duma no Mzwandile Cele" asebamshiya emhlabeni. Uyise washone esamncane kanti unina wamshiya esenza ibanga lesi thupha (6) "Grade 6". Ukuqala kwakhe ukufunda waqala eneminyaka eyisikhombisa "7 years" e "Nobengela Primary School". Waqala ebangeni "Grade R" eneminyaka eyisi khombisa (7) efundiswa ngu "Mrs Sihiya". "Mrs Sihiya" wayenguthishela wayemukhonzile nokho ngoba waye menzela izinto eziningi esikoleni. Wadlula waya ebangeni lokuqala (1) nele lesibili (2) lapho wayefundiswa ngu "Miss Mthembu" osashadela ka "Msomi". U-"Miss Mthembu" wayenesibhaxu kodwa wayemkhonzile ngoba wayithanda kusibona siphumelele ezimpilweni zethu. Wadlula waya ebangeni lesi thathu (3) neles'fo (4) "Grade 3&4". Lapho wayefudiswa ngu "Miss Nguse, Mrs Gwili, Miss Vuyane" nabanye othisha. Laba kwakungothisha ababemkhonzile kakhulu "uMthobisi Duma". Kwakwantokozo ukufundiswa ilaba othisha ngoba babenza isqiniseko ukuthi sithole esasikuzele eskoleni ngaleso sikhathi. Ebangeni lesi hlanu (5) nelesi thupha (6) "Grade 5&6" ilapho ayeseqala kuzibona kuthi usekhulile "uMthobisi" ngoba imsebenzi yesikole wayengasayenzi kanti futhi wayeseqonyiwe. Ebangeni lesithupha (6) "Grade 6" sekuzophela unyaka ilapho ashiywa khona ngunina. Lokhu kwacishe wamphazamisa kakhulu ezifundweni zakhe ngoba wayehlezi ephatheke kabi. Wazama ukubekezela waze wabhala ukuhlolwa kokugcina kokuphela konyaka. Waphasa wadlulela ebangeni lesikhombisa (7) "Grade 7". Ka "Grade 7" wayesehlupha kahlulu ngoba wayefunda nabantu ababehlupha esikoleni. Ngenhlanhla waphasa ekupheleni konyaka wadlulela ebangeni elilandelayo. High School Ebangeni lesi shaga lombili (8) nebange lesishaga lolunya (9) "Grade 8&9" wayezama kakhulu yize kwakwunzima ngoba phakathi nonyaka wayengaphumeleli, wayeze aphumelele ekupheleni konyaka. Grade 10 & 11 & 12 Ebangeni leshumi wafika khona wakhetha izifundo zakhe eziyisikhombisa (7) : 1. Tourism 2. History 3. Mathametical Litricture "Maths Lits" 4. Computer Application Technology "CAT" 5. Life Origntation "L.O" 6. IsiZulu 7. English Ekwenzeni kwakhe lebanga "Grade 10" kaba nomphumela omubi ekupheleni konyaka "2012" ngoba akazange aphumelela. Wafunda kahle ngonyaka olandelayo wadlulela ebangeni elilandelayo "Grade 11". GRADE 11 Kwaba intokozo ukumbona ephumelela ekuqaleni nonyaka ngoba kwakwuthembisa ukuthi uzoya ka "Matric". Wawufunda kahle u-"Grade 11" wakhe ngoba wakwazi ukuwuphumelela wadlulela ka "Matric" MATRIC 2015 MATRIC 2015: Kunzima nokho ebangeni leshu kodwa kudingakala umuntu ozimiselayo. "U-Mthobisi" wenza kahle ekuqaleni konyaka ngoba wakwazi ukuphumelelea. "Term2" Kwaba nzima kakhulu ngoba wahluleka ukuwu phumelele "u-Term2". Wathola owani (1) abathathu ezifundweni azenzayo: 1. Tourism (28marks) 2. Computer Application of Technology (CAT) (26marks) 3. Mathametical Litricture (MATHS LITS) (26marks) TERM3 Nge "Term" yesithathu wenza kahle kakhulu ngoba wakwazi ukuzi phumelela zonke izifundo zakhe. Lokhu kuyasithembisa ukuthi uzoyiphumelela "iTerm" yesine (4). Njengoba eqala nje ukubhala ngomhla "19 ku October 2015" simfisela inhlanhla. GOOD LUCK ON YOUR FANIL EXAM MTHOBISI DUMA. UZIBAMBE ZIQINE. Loading2016.............